Information reaching Kossyderrickent has it that police officers are looking for man, Nkosinathi Nene Lowlife who stole his girlfriend’s car in Madadeni.
According to Nkosinathi Nene Lowlife, he said a police officer witnessed the moment his girlfriend was physically assaulting him before stealing her car.
Information reads: “Buka ivideo eziphendulela uNkosinathi Nene /Lowlife wase Madadeni esibhale ukuthi ufunwa amaphoyisa izolo. Lomlisa uyayichitha eyokuthi wantshontsha imoto kodwa ukhala ngokungabi neqiniso kwephoyisa elimfunayo njengoba elisola ngokusebenzisa umthetho ukulwa izimpi eziseceleni. READ MORE HERE
“Lendoda ebeyi trender Izolo ifunwa amaphoyisa kuthiwa yantshontsha imoto yentombi yayo isingithintile iveza I sayidi layo kulamacala esolwa ngawo….ithi kune phoyisa eliseskhundleni ababanga intombi nalo eselimhlukumeze kakhulu….ngithena ke ayizame ukungababizi ngamagama abantu khona izo posteka kahle indaba yayo …uma eseyenzile ke sobe sesinizwisa yona….ngoba umuntu uma egagula igama lomuntu kusuke sekumele intatheli ithole kuqala I sayidi laloyomuntu kuqala before ibhale…so uku avoid izinkinga kuncono angawasho amagama abantu.”
Discover more from KossyDerrickent
Subscribe to get the latest posts sent to your email.