Information reaching Kossyderrickent has it that boyfriend, Xolani Mbuyisa, beat his girlfriend, Nokubonga Khumalo, to death.
Taking to social media, popular South African tabloid, Lodi, confirmed that Xolani Mbuyisa has killed his girlfriend, Nokubonga Khumalo.
Information reads: “OWESILISA WASE MADADENI USHAYE INTOMBI YAZE YAPHUMA UMPHEFUMULO
Yaze yabuhlungu into eyenziwe uXolani Mbuyisa ohlala eMadadeni Section 7 kwa R ngoLwesihlanu ebusuku mhlaka 28 March 2025. READ MORE HERE
uXolani kubikwa ukuthi ushaye uNokubonga Khumalo obeyintombi yakhe waze waphuma umphefumulo, ngokusho komthombo wethu osendaweni bekade emshayela into angayazi, kuhlule noma esekhala waqhubeka wamshaya.
uXolane ugcine eboshiwe okwamanje akukacaci ukuthi uzovela nini enkantolo.Sengathi angalala ngokuthula uNokubonga nomndeni wakhe ududuzeke.
#StopGBV #GBVmustfall #litradionews #justicefornokubonga.”
Discover more from KossyDerrickent
Subscribe to get the latest posts sent to your email.